Posts

Imibala egqamile/ Bright Colors

Image
Imibala egqamile yenza usuku oluhle

Injabulo umswenko omkhulu ongawugqoka

Image

Unenkinga yesisu awukwazi ukuswenka?

Image
Isisu asikuvimbi ukuthi uswenke ngendlela oyithandayo. uma ukwazi ukusifihla uyafaneleka. Okukuqala uma unesisu esikhulu kumele ugqoke into eno layini ezansi kwebele ( breastline). Kungaba icrop top noma iprincess dress

Upete alunankinga!!!!

Image
Uma unopete kuyafaneleka uma ugqoka into efika edolweni. ingabi ngaphansi kwalo kakhulu futhi ingabi ngaphezulu kakhulu. Lokhu kusiza ukuthi imilenze yakho inqamuleka phakathi edolweni la ihlukana khona.😂 Shuthi ila kuqala khona upete ke lapho.  Dressed by VALC FASHION STUDIO 

Body shape

Image
Your body shape is the key to what suites you best. Ungafuni ukugqoka into engakufaneli ngenkani. Umthetho wokuqala ufihla ongafuni kuvele uveze othandayo kuvele!   Dressed by VALC FASHION STUDIO